KULINDELEKE asayine kwMamelodi Sundowns uSiyanda " Skhwishi" Ndlovu okugcine kungavunyelwananga ngokusayina kwakhe ...
A bold, accessible and proudly Zulu platform that tells the stories of its people, in their language, on their terms. As an IOL brand, isolezwe.co.za covers news, sport, politics, community, and ...
NAKUBA iBafana Bafana isiliwashile ijezi kwiNdebe yoMhlaba kodwa amagama abadlali bayo abane ayohlala ebalwa emlandweni wabayigijima yonke imizuzu yemidlalo amaqembu esizwe adlulela kwi-Last 32 ...
UBONAKALA edidekile owesifazane waseMlaza kubulawa umyeni wakhe amvulela icala lokuzama ukumbulala ngemuva kokuba emqongqothe ngesibhamu ekhanda futhi wamdlokodla ngesikele esithweni sakhe sangasese.
BABALELWA ku-9 416 abokufika baseMalawi asebebhalisiwe ngokusemthethweni esikhungweni sesikhashana, iDrive In, eNorth Beach, eThekwini. Lokhu kudalulwe yihhovisi lomxhumanisi kuMasipala weTheku izolo, ...
Ibamba likaNgqongqoshe wamaPhoyisa u-Firoz Cachalia usenxuse abomthetho ukuthi bahlale 'baziphathe kahle futhi bangathathi hlangothi' njengoba iNingizimu Afrika ilungiselela imibhikisho ehlelelwe izwe ...
“ELimpopo khona kube nangu-12 anokuthula. EMpumalanga abangu-9 anokuthula, eyodwa yaba nodweshu. ENorthern Cape kube namamashi amane anokuthula, kwathi amabili anesixakaxaka,” kusho uLt Gen Mosikili.
INHLANGANO eyengamele ezemidlalo kuleli, iSouth African Sports Confederation, Olympic and Paralympic Committee (Sascoc) imemezele uhlu lwabadlali abangu-112 abazomela iNingizimu Afrika ...
KUBHEDA izinto komasipala abakhulu ama-Metro kuleli njengoba kungekho nowodwa othole umbiko omuhle ongenagcobho kanjalo nezinto okumele zilungiswe ngasekusetshenzisweni kwemali. UMasipala weTheku ...
IHLOSE ukujabulisa abantu basemakhaya ngeDurban July indawo yobumnandi yaseMbumbulu, iMaqaqa Exclusive Lifestyle ngomcimbi wayo omkhulu ozobe uhlanganise abaculi bemikhakha ehlukene. UNksz Hlengiwe ...
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abophe abasolwa abahlanu mayelana nezigameko ezithinta ukugqekeza amabhizinisi eWoody Glen elokishini laseMpumalanga, eHammersdale ezintatha zangoLwesibili, mhla ka-30Juni.
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results